amablesser

mlindo the vocalist

uyaz' uk'thand umuntu uvele ugcwale ngaye

uvel' ubon i-straight

uvele ubon' umshado

ngisho uma wey'ngane

impilo yakho yonk' iphelele wena um' unaye

kanti yena ufun' ukuhamba

ufuna uk'bona abanye

mina ang'sazi ng'thini

ang'sazi ng'thini ye. ak'phileki ngaphandle kwakho nawe uyaz' sthandwa sami. ngob' uthen' akasang'thand ucela ngimyeke

uhambile uma-baby

uhambile uma-baby yea. uhambe namablesser

uhambe namablesser woa. beng'nentombi mina

intombi mina aah

beng'nentombi mina

intombi mina aah

kodwa wakhetha ukung'shiya aah

ukung'shiya. u-lovey wam uhambe namablesser

uhambe namablesser aah. bathath' umunt' wam

bathath' isthandwa sam why. nom' ungahamb' uzong' khumbula aah

u-lovey wam uhambe namablesser

uhambe namablesser wahamba

ihambil' intombi kamjita

ay ulova. usho in front of phamb' kwabantu

wathi it's over"