ngeke balunge

Singer:mafikizolo

sebethi abazingeni masixabene

kodwa masithandana bangena shi

sebethi abazingeni masixabene

kodwa masithandana bangena shi

ake basiqhelele

basinik' umoya

ake basiqhelele

bayek' umona

ake basixolele

basinik' umoya

ayi abasixolele

bayek' umona

ngeke balunge

ngeke basiqede

ngoba kusobala lolu thando ngeke lwavalwa ngubala

ngeke balunge

ngeke basiqede

ngoba kusobala lolu thando ngeke lwavalwa ngubala

bazondiza ngemishanelo abathakathi

bazofica mina nodali wami sizihlalele khona

abadede impela

kufik' izingwazi

abadede impela

kufike thina

abadede impela

kufik' izingwazi

abadede impela

kufike thina

aw weeh